eng
stringlengths
1
657
zul
stringlengths
1
788
National History Day ( U.S . ) , 12 / 8
Yazisa Asebegugile , 3 / 22
I should say so !
Yebo !
Yes , " fear the true God and keep his commandments , for this is the whole obligation of man . " - Ecclesiastes 12 : 13 .
Yebo , " mesabe uNkulunkulu weqiniso futhi ugcine imiyalo yakhe , ngoba lokhu yisibopho esiphelele somuntu . " - UmShumayeli 12 : 13 , NW .
Indeed , " the absence of its own scent is stressful and may evoke abnormal behaviour and even sterility , " says the above reference .
Yebo , " ukungabi khona kwephunga laso kubangela ukucindezeleka futhi kungase kuvuse ukuziphatha okungafanele , kubangele ngisho nobunyumba , " kusho incwadi engenhla .
Yes , many are finding that even though the Bible is a book that focuses mainly on spiritual values , it also offers guidelines that can benefit us in material ways .
Yebo , abaningi bathola ukuthi nakuba iBhayibheli liyincwadi egxile ngokuyinhloko ezindabeni ezikhuluma ngoNkulunkulu , lisifundisa nezindlela zokuphila ukuphila okuhle .
Yes , one proverb tells us : " Trust in Jehovah with all your heart and do not lean upon your own understanding .
Yebo , esinye isaga sithi : " Thembela kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho , ungenciki kokwakho ukuqonda .
Yes , in Bible times the olive tree was a most valuable plant , so Joel could fittingly use it to represent prosperity and joy . - Deuteronomy 6 : 11 ; Psalm 52 : 8 ; Jeremiah 11 : 16 ; Matthew 25 : 3 - 8 .
Yebo , ezikhathini zeBhayibheli isihlahla somnqumo sasiyisitshalo esibaluleke kakhulu , ngakho uJoweli wayengasisebenzisa ngokufanelekile ukuba simelele ukuchuma nentokozo . - Duteronomi 6 : 11 ; IHubo 52 : 8 ; Jeremiya 11 : 16 ; Mathewu 25 : 3 - 8 .
Yes , false worship and its ugly fruitage will come to an end , for God " cannot lie . "
Yebo , inkolo yamanga nezithelo zayo ezimbi iyophela , ngoba uNkulunkulu ' akanakuqamba amanga . '
Yes , that is supposed to be their business , but what are they really doing ?
Yebo , kufanele ngabe yiwo umsebenzi wabo lowo , kodwa empeleni benzani ?
Yes , we should desire to " pray incessantly , " to " persevere in prayer . "
Yebo , kufanele sifune ' ukukhuleka singaphezi , ' ' ukuqinisela njalo ekukhulekeni . '
Yes , those administering reproof or correction must be very careful never to be harsh .
Yebo , labo abanikeza ukusola noma ukulullgiisa kumelwe baqaphele kakhulu ukuba bangalokothi babe nokhahlo .
Yes , even as a youth , Jesus had developed into a Bible student who astonished learned religious teachers !
Yebo , ngisho esemncane , uJesu wayesengumfundi weBhayibheli owakhexisa abafundisi benkolo abayizifundiswa !
Yes , for we are in danger of being caught off guard by the apparent success that the nations may have in bringing about peace .
Yebo , ngoba sisengozini yokuzunywa yilokho okubonakala kuyimpumelelo izizwe ezingase zibe nayo ekuletheni ukuthula .
Yes , through the foolishness of the ministry of these preachers , God saves those who believe .
Yebo , ngobuwula benkonzo yalabashumayeli , uNkulunkulu usindisa abakholwayo .
Yes , in contrast with so many leaders today who care first and foremost about themselves , Jesus gave his life for his sheep .
Yebo , ngokuphambene nabaholi abaningi namuhla abazikhathalela bona ngokuyinhloko , uJesu wanikela ukuphila kwakhe ngenxa yezimvu zakhe .
Yes , with Jehovah 's help , we can keep our senses completely .
Yebo , ngosizo lukaJehova singahlala sisanguluke ngokuphelele .
Yes , as foretold in Daniel chapter 7 , the Ancient of Days then gave rulership to the Son of man . - Daniel 7 : 13 , 14 ; Matthew 16 : 27 - 17 : 9 .
Yebo , njengoba kwabikezelwa kuDaniyeli isahluko 7 , oMdala Wezinsuku wabe esenika iNdodana yomuntu umbuso . - Daniyeli 7 : 13 , 14 ; Mathewu 16 : 27 - 17 : 9 .
Yes , among them we all at one time conducted ourselves in harmony with the desires of our flesh , doing the things willed by the flesh and the thoughts , and we were naturally children of wrath even as the rest . " - Ephesians 2 : 2 , 3 .
Yebo , phakathi kwawo nathi sonke sake saziphatha ngokuvumelana nezifiso zenyama yethu , senza izinto ezithandwa yinyama nemicabango , futhi ngokwemvelo sasingabantwana bolaka njengoba nje benjalo bonke abanye . " - Efesu 2 : 2 , 3 .
Yes , we encounter trials , but there is a greater harvest of Jehovah 's worshipers than ever before .
Yebo , siyabhekana nokulingwa , kodwa kunokuvunwa okukhulu kwabakhulekeli bakaJehova kunanini ngaphambili .
Yes , Jehovah will not turn away from anyone sincerely trying to walk the narrow path that leads to everlasting life . - Matthew 7 : 13 , 14 .
Yebo , uJehova ngeke amfulathele noma ubani ozama ngobuqotho ukuhamba endleleni enyinyekile eholela ekuphileni okuphakade . - Mathewu 7 : 13 , 14 .
Yes , Jehovah has indeed richly blessed the efforts to reach foreign - speaking people in modern - day Athens !
Yebo , uJehova uye wayibusisa ngokucebe ngempela imizamo yokufinyelela abantu abakhuluma izilimi zakwamanye amazwe e - Athens yosuku lwanamuhla !
Yes , Jesus Christ promised that millions now dead will live again on this earth and have the prospect of remaining on it forever .
Yebo , uJesu Kristu wathembisa ukuthi izigidi ezifile manje ziyophinda ziphile futhi kulomhlaba futhi zibe nethemba lokuhlala kuwo phakade .
Yes , God knows that his endearing qualities resonate in the human heart , drawing honesthearted people to him and setting them on the path to everlasting life . - John 6 : 44 ; 17 : 3 .
Yebo , uNkulunkulu uyazi ukuthi izimfanelo zakhe ezenza athandeke zizithinta ngokujulile izinhliziyo zabantu , zidonsele abanhliziyo ziqotho kuye futhi zibabeke endleleni eya ekuphileni okuphakade . - Johane 6 : 44 ; 17 : 3 .
Yes , sluggishness can bring one into poverty .
Yebo , ubuvila bungalethela umuntu ubumpofu .
Granted , the unborn child is alive , but what value does Jehovah place on that life ?
Yebo , umntwana ongakazalwa ungumuntu ophilayo , kodwa uJehova ukubheka njengokubaluleke kangakanani ukuphila kwakhe ?
Yes , they take to heart the advice of parents who love them enough to say things that a son or daughter may not want to hear .
Yebo , yamukela iseluleko sabazali abayithanda ngokwanele ukuba basho nezinto indodana noma indodakazi engase ingathandi ukuzizwa .
Failed to restart self
Yehlulekile ukuziqalela
What a marvelous future lies ahead for all who now embrace the peace that comes from God and who give it the prominence that it deserves in their lives !
Yeka ikusasa elimangalisayo elingaphambi kwabo bonke manje abamukela ukuthula okuvela kuNkulunkulu futhi bakwenze kube yingxenye ebalulekile okuyifanele ekuphileni kwabo !
What a wonderful future for obedient humans who appreciate God 's love !
Yeka ikusasa elimangalisayo labantu abalalelayo abalwazisayo uthando lukaNkulunkulu !
What a grand privilege to have a share in that work and to have seen " the small one " become " a mighty nation " !
Yeka ilungelo elihle lokuba nengxenye kulowo msebenzi nelokubona " omncane " eba ' isizwe esinamandla ' !
How right you are that only our Creator has the solution to all disorders !
Yeka indlela eniqinise ngayo ngokuthi uMdali wethu kuphela onekhambi lakho konke ukuphazamiseka !
How happy we are to have Jehovah as our invisible Ruler , Jesus Christ as our High Priest , members of the anointed royal priesthood as our teachers , and faithful Christian older men as our counselors !
Yeka indlela esijabula ngayo ngokuba noJehova njengoMbusi wethu ongabonakali , uJesu Kristu njengoMpristi wethu Ophakeme , amalungu agcotshiwe obupristi bobukhosi njengabafundisi bethu namadoda amadala athembekile angamaKristu njengabeluleki bethu !
How relieved we are to learn that the God of the Bible is eminently reasonable !
Yeka indlela esikhululeke ngayo ngokwazi ukuthi uNkulunkulu weBhayibheli ucabangela ngokuvelele !
How surprised he was to learn that I was that young man !
Yeka indlela eyamangala ngayo lapho izwa ukuthi ngangiyileyo nsizwa !
How grateful we should be to have learned this truth and to have been set free from the teachings of demons in these matters ! - John 8 : 32 .
Yeka indlela okufanele sibonge ngayo ukuthi siye safunda leliqiniso nokuthi siye sakhululwa ezimfundisweni zamademoni kulezindaba ! - Johane 8 : 32 .
How much better it is to " go on walking in the truth " and encourage others to do so ! - 3 John 4 .
Yeka indlela okungcono ngayo ' ukuqhubeka sihamba eqinisweni ' futhi sikhuthaza nabanye ukuba benze njalo ! - 3 Johane 4 .
How blessed were Deborah , Barak , and Jael for putting faith in Jehovah God !
Yeka indlela uDebora , uBharaki noJayeli ababusiseka ngayo ngokuba nokholo kuJehova uNkulunkulu !
What a wonderful prospect !
Yeka ithemba elimangalisayo !
What amazing faith in the face of imminent death !
Yeka ukholo olumangalisayo oluboniswa ngaphambi nje kokufa !
How many have been swept into immorality because they allowed their feelings to control their conduct !
Yeka ukuthi baningi kanjani abaye bakhukhulwa igagasi lokuziphatha okubi ngoba beye bavumela imizwa yabo ukuba ilawule ukuziphatha kwabo !
How frustrating it is to have whipped - up romantic feelings - and no one to lavish them on !
Yeka ukuthi kudumaza kanjani ukuba nemizwa yothando evela ngokushesha - futhi kungekho muntu ongayichitha !
What a joy to be even a small part of it !
Yeka ukuthi kujabulisa kanjani ukuba ngisho nayingxenye encane yayo !
How much better , and in line with Jesus ' fine example , to pray for them and to offer them practical help in reaching Christian maturity !
Yeka ukuthi kungcono kanjani , futhi ngokuvumelana nesibonelo esihle sikaJesu , ukubathandazela nokubanikeza usizo olungokoqobo ukuze bafinyelele ukuvuthwa kobuKristu !
How much better it is to apply the Bible 's counsel !
Yeka ukuthi kungcono kanjani ukusebenzisa iseluleko seBhayibheli !
How aptly this description fits religion that has worked closely with the political leaders of the world to preserve its own position of privilege !
Yeka ukuthi le ncazelo iyifanela kahle kanjani inkolo eye yasebenzelana eduze nabaholi bezwe bezombangazwe ukuze ilondoloze isikhundla sayo esiphakeme !
How timely this advice is for our day !
Yeka ukuthi lesi seluleko sifaneleka kanjani osukwini lwethu !
How glad we can be that God wants us to " come to an accurate knowledge of truth " so that we can benefit from his loving provisions !
Yeka ukuthi sijabula kanjani ngokuthi uNkulunkulu ufuna ' sifinyelele olwazini olunembile lweqiniso ' ukuze sizuze emalungiselelweni akhe othando !
How much better the world would be if the entire human family adhered to one set of standards that reflect moral and spiritual truth , just as we obey the one set of physical laws that govern the universe !
Yeka ukuthi umhlaba ubuyoba ngcono kangakanani ukube wonke umkhaya wesintu ubuphila ngezimiso ezifanayo ezibonisa iqiniso lokuziphatha nelingokomoya , njengoba nje sithobela imithetho efanayo yemvelo !
How he removes it from me !
Yeka ukuthi usisusa kanjani kimi !
For over half of his life , he and his family wandered from place to place .
Yena nomkhaya wakhe bachitha isikhathi esingaphezu kwesigamu seminyaka ayiphila bengonozulane .
Jesus likened himself to a vine , or stem , and his followers to branches .
Yena wazifanisa nomvini , abalandeli bakhe wabafanisa namagatsha .
Make Your Life Successful !
Yenza Ukuphila Kwakho Kuphumelele !
Do what you can to protect your online security
Yenza konke ongakwenza ukuze uzivikela lapho usebenzisa i - Internet
Make visible on Bluetooth
Yenza kubonakale ku @-@ Bluetooth
Be Modest in Walking With God
Yiba Othobekile Ekuhambeni NoNkulunkulu
Made the Truth Your Own ?
Yibani Yizisebenzi Zokuvuna Ezijabulayo !
What modern evidence supports the point Paul made ?
Yibuphi ubufakazi banamuhla obusekela iphuzu elavezwa uPawulu ?
What Scriptural evidence is there that Jesus Christ was long - suffering ?
Yibuphi ubufakazi obungokomBhalo bokuthi uJesu Kristu wayengobhekakade ?
What peace do God 's people enjoy today ?
Yikuphi ukuthula abantu bakaNkulunkulu abakujabulelayo namuhla ?
That is just how Satan would like you to reason .
Yileyo ndlela nje uSathane athanda ucabange ngayo .
These are attitudes that work against our understanding God 's Word .
Yilezi zinto ezenza singakwazi ukuqonda iZwi likaNkulunkulu .
That was what the thylacine had been stalking !
Yilokho i - thylacine eyayikucathamela !
This is what the Bible promises .
Yilokho iBhayibheli elikuthembisayo .
That is what they have learned to do , with creativity and humor .
Yilokho kanye aye afunda ukukwenza , ngekhono lokusungula izinto nangenjabulo .
So goes an old saying .
Yilokho okushiwo isisho sakudala sesiNgisi .
Let each one of you individually so love his wife as he does himself . " - Ephesians 5 : 25 , 33 .
Yilowo nalowo kini makamthande kanjalo umkakhe njengoba ezithanda yena . " - Efesu 5 : 25 , 33 .
Whoever gives one of these little ones just a cup of cold water to drink in the name of a disciple , most certainly I tell you he will in no way lose his reward . "
Yilowo nalowo oyakuphuzisa abe munye kulaba abancinyane , ngisho inkezo eyodwa yamanzi aqandayo ngegama lomfundi , ngiqinisile ngithi kini : Kasoze alahlekelwa ngumvuzo wakhe . "
Dig deeper by doing research .
Yimba ujule ngokwenza ucwaningo .
What efforts were made to stop our work during World War II and thereafter ?
Yimiphi imizamo eyenziwa yokumisa umsebenzi wethu phakathi neMpi Yezwe II nangemva kwayo ?
Little wonder , then , that social scientists , family counselors , educators , and even politicians desperately seek ways to halt this devastating trend .
Yingakho - ke ochwepheshe bezenhlalo , abeluleki bemikhaya , othisha ngisho nosombangazwe bemagange befuna izindlela zokunqanda lesi simo esibhubhisayo .
This is precisely why values are essential .
Yingakho imithetho yokuziphatha ibalulekile .
This is why a prism spreads a beam of sunlight into its colors , forming a rainbow .
Yingakho iprism isakaza umsebe wokukhanya kwelanga kube ngemibala yakho , yakhe uthingo .
That is why a study of the Bible is so important .
Yingakho kubaluleke kangaka ukutadisha iBhayibheli .
It is as simple as that . "
Yingakho kunjena . "
No wonder that contentment - an inward feeling of satisfaction - seems elusive in a world that fosters a desire for more possessions , greater achievements , or the life enjoyed by others !
Yingakho kunzima ukuthola ukwaneliseka kuleli zwe eligqugquzela isifiso sokuba nensada yezinto ezibonakalayo nelikhuthaza ukufinyelela izinto ezinkulu , noma ukuphila ntofontofo njengabanye abantu !
That is why , after discussing the various miraculous gifts - prophesying , speaking in tongues , healing , and so on - that God had given various members of the first - century Christian congregation , the apostle Paul was inspired to say : " Whether there are gifts of prophesying , they will be done away with ; wheth...
Yingakho ngemva kokuba ekhulumé ngezipho ezihlukahlukene eziyisimangaliso - ukuprofetha , ukukhuluma ngezilimi , ukuphulukisa , njalonjalo - uNkulunkulu ayezinike amalungu athile ebandla lobuKristu lekhulu lokuqala , umphostoli uPawulu aphefumulelwa ukuba athi : " Kungakhathaliseki ukuthi kukhona izipho zokuprofetha , ...
That is why I thank Jehovah , for he has seen that my spiritual thirst has been satisfied .
Yingakho ngimbonga uJehova , ngoba eye waqinisekisa ukuthi ukoma kwami okungokomoya kuyaneliswa .
No wonder that a newspaper editorial once stated : " If all the world lived by the [ Bible ] creed of the [ Jehovah 's ] Witnesses there would be an end of bloodshed and hatred , and love would reign as king " !
Yingakho nje ingosi yomhleli wephephandaba yake yathi : " Uma lonke izwe beliphila ngezinkolelo [ zeBhayibheli ] zoFakazi [ BakaJehova ] bekuyophela ukuchitheka kwegazi nenzondo , futhi bekuyobusa uthando njengenkosi " !
No wonder Satan is called " the ruler of this world " ! - John 12 : 31 ; 16 : 11 .
Yingakho uSathane ebizwa ngokuthi " umbusi walelizwe " ! - Johane 12 : 31 ; 16 : 11 .
That is why leaning solely on intuition when making major decisions or when evaluating people can be dangerous .
Yingakho ukuthembela ekubikelweni kuphela lapho wenza izinqumo ezinkulu noma lapho uchaza abantu kungaba yingozi .
What Did He Write ?
Yini Ayibhala ?
What shows that not all would hear the Kingdom message with appreciation , and what was to be the reaction to those not showing interest in it ?
Yini ebonisa ukuthi akusibo bonke abayokuzwa isigijimi soMbuso ngokwazisa , futhi kwakumelwe kube yini ukusabela kulabo abangabonisi isithakazelo kuso ?
What shows that Abraham had faith in the resurrection ?
Yini ebonisa ukuthi u - Abrahama wayenokholo ovukweni ?
What is essential in order for a young person to cultivate a personal relationship with God ?
Yini edingekayo ukuze osemusha ahlakulele ubuhlobo obuseduze noNkulunkulu ?
What could guide him in making his decision ?
Yini engamsiza ukuba enze isinqumo ?
What is lacking in such ones today ?
Yini entulekayo kwabanjalo namuhla ?
What else can parents do to improve communication with their children ?
Yini enye abazali abangayenza ukuze bathuthukise ukukhulumisana phakathi kwabo nezingane zabo ?
What lesson can we draw from Psalm 37 : 1 , 2 ?
Yini esingayifunda kumaHubo 37 : 1 , 2 ?
What helps us to make mature decisions with respect to our contact with the world ?
Yini esisiza ukuba senze izinqumo ezibonisa ukuvuthwa ngokuqondene nokuxhumana nezwe ?
How did he have the faith and strength to do so ?
Yini eyamenza waba nokholo namandla okwenza lokho ?
What helped him to succeed ?
Yini eyamsiza ukuba aphumelele ?
Jesus said what about making peace with our brother ?
Yini eyashiwo uJesu ngokwenza ukuthula nomfowethu ?
What inspired Columbus to sail into the unknown ?
Yini eyashukumisela uColumbus ukuba agwedle aye ezweni elingaziwa ?
What made Jesus happy , and what choices will make you happy ?
Yini eyayenza uJesu ajabule , futhi ikuphi ukukhetha okuyokwenza ujabule ?
What reveals that it was created ?
Yini eyembula ukuthi wadalwa ?
What makes life on earth possible ?
Yini eyenza sikwazi ukuphila emhlabeni ?
What made Daniel a " very desirable man " ?
Yini eyenza uDaniyeli waba " umuntu ofiseleka kakhulu " ?
What developments since 1914 show that the time is short ?
Yini eyenzeke kusukela ngo - 1914 ebonisa ukuthi isikhathi sifushane ?
What will increase our appreciation for Jehovah 's dignity ?
Yini eyokhulisa ukwazisa kwethu isithunzi sikaJehova ?
What did angels do to assist Jesus ?
Yini izingelosi ezayenza ukuze zisize uJesu ?