eng
stringlengths
1
657
zul
stringlengths
1
788
For as through the one man 's disobedience many were made sinners , even so through the obedience of the one , many will be made righteous .
ngokuba njengalokho ngokungalaleli kwamuntu munye abaningi benziwa izoni , kanjalo ngokulalela kwamuntu munye abaningi bayakwenziwa abalungileyo .
As the Father knoweth me , even so know I the Father : and I lay down my life for the sheep .
njengalokhu uBaba uyangazi , nami ngiyamazi uBaba ; ngidela ukuphila kwami ngenxa yezimvu .
who also made us sufficient as servants of a new covenant ; not of the letter , but of the Spirit . For the letter kills , but the Spirit gives life .
oyena futhi osenzela amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esisha , singesiso esegama kodwa esikaMoya ; ngokuba igama liyabulala , kodwa uMoya uyaphilisa .
was very helpful .
sasiwusizo kakhulu .
Jesus answered : " Nation will rise against nation , and kingdom against kingdom ; and there will be great earthquakes , and in one place after another pestilences and food shortages . "
uJesu waphendula : " Isizwe siyakuvukela isizwe , nombuso uvukele umbuso ; kuyakuba - khona ukuzamazama okukhulu komhlaba nobici nendlala izindawo ngezindawo . "
And that he might make known the riches of his glory on the vessels of mercy , which he had afore prepared unto glory ,
ukuba abonakalise ingcebo yenkazimulo yakhe ezitsheni zomusa ayezilungisele inkazimulo ngaphambili ,
To give knowledge of salvation unto his people by the remission of their sins ,
ukunika abantu bayo ukuyazi insindiso ngokuthethelelwa kwezono zabo ,
lying or starvation ?
ukuqamba amanga noma ukubulawa indlala ?
How he entered into the house of God , and did eat the shewbread , which was not lawful for him to eat , neither for them which were with him , but only for the priests ?
ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu , wadla izinkwa zokubukwa okungavunyelwe ukuba zidliwe nguye nababe naye kodwa ngabapristi kuphela , na ?
or else he must have suffered often since the foundation of the world . But now once at the end of the ages , he has been revealed to put away sin by the sacrifice of himself .
uma kwakunjalo wayemelwe ukuhlupheka kaningi selokhu kwasekelwa izwe ; kodwa kalokhu ubonakalisiwe kanye ekupheleni kwezikhathi ukuba asuse izono ngokuzinikela kwakhe .
He began to speak boldly in the synagogue . But when Priscilla and Aquila heard him , they took him aside , and explained to him the way of God more accurately .
yena waqala ukushumayela ngesibindi esinagogeni . Kwathi ukuba bamuzwe o @-@ Akwila noPrisila , bamthatha bamchasisela indlela kaNkulunkulu ngesineke esikhulu .
Each ' living creature , ' or winged cherub , had four faces .
Ìsidalwa ' ngasinye , noma ikherubi elinamaphiko , sasinobuso obune .
• How have the apostle Paul 's words " the scene of this world is changing " proved true in our time ?
• Abé kanjani yiqiniso esikhathini sethu amazwi omphostoli uPawulu athi " isimo saleli zwe siyashintsha " ?
▪ During a recent holiday season , the first - grade class of seven - year - old Morgan was assigned to read a story about Christmas .
▪ Phakathi nesikhathi samaholidi amuva nje , umfundi webanga lokuqala oneminyaka engu - 7 uMorgan , wacelwa ukuba afunde indaba eyayikhuluma ngoKhisimusi .
▪ Scientist Stephen Hawking posed this open question on the Internet : " In a world that is in chaos politically , socially and environmentally , how can the human race sustain another 100 years ? "
▪ Usosayansi uStephen Hawking wabuza lo mbuzo obala kuyi - Internet : " Ezweni eligcwele izinxushunxushu zezombangazwe , ezenhlalo nezemvelo , isintu singazigcina kanjani siphila eminye iminyaka eyikhulu ? "
✔ If your printer uses a test or banner page whenever it is turned on or is printing a document , disable this feature .
✔ Uma umshini wakho wokunyathelisa unyathelisa ikhasi lokuhlola lapho uqala ukusebenza noma lapho unyathelisa okuthile , ushintshe ungabe usakwenza lokho .
● He has given us a marvelous body that enables us to find delight in day - to - day experiences , such as tasting good food , seeing a sunset , hearing a child laugh , and feeling the tender touch of a loved one . - Psalm 139 : 14 .
❖ Usiphe umzimba omangalisayo osisiza ukuba sijabulele izinto zansuku zonke , njengokunambitha ukudla okwehl ' esiphundu , ukubona ukushona kwelanga , ukuzwa uhleko lomntwana nokuzwa othandekayo ekuthinta ngendlela enothando . - IHubo 139 : 14 .