eng stringlengths 1 657 | zul stringlengths 1 788 |
|---|---|
Donations of cash , jewelry , or other valuable personal property . | Unganikela ngemali engukheshe , amagugu okuhloba ( jewelry ) , noma ezinye izinto eziyigugu . |
You can be confident that the rewards are great now and will be even greater " in the coming system of things . " - Mark 10 : 28 - 30 . | Ungaqiniseka ukuthi uyothola izibusiso ezinkulu manje nokuthi ziyoba nkulu nakakhulu " esimisweni sezinto esizayo . " - Marku 10 : 28 - 30 . |
You can be 15 and be too young to go without a baby - sitter . " | Ungase ube neminyaka engu - 15 futhi ube mncane kakhulu ukuba ungabi nomzanyana . " |
You may hear them shamelessly boast of their sexual escapades , their wild parties , and their indulgence in alcohol and drugs . | Ungase ubezwe beziqhayisa bengenamahloni ngokuganga abakwenzayo ngokobulili , amaphathi abo angalawuleki nangokuzitika kwabo ngotshwala nezidakamizwa . |
You may drive all over town to save a few pennies , only to spend more time and gasoline doing so . | Ungase uhambe ngemoto wehle wenyuka kulo lonke idolobha ukuze wonge amasentshana ambalwa , uzithole usuchithe isikhathi esiningi nopethiloli wenza njalo . |
You may find it particularly comforting to read the psalms , especially those dealing with God 's forgiveness , such as Psalms 25 , 86 , and Ps 103 . | Ungase ukuthole kududuza ngempela ukufunda amahubo , ikakhulukazi akhuluma ngentethelelo kaNkulunkulu , njengamaHubo 25 , 86 , no - 103 . |
You may not be able to control your circumstances completely , but you can control how you deal with them . | Ungase ungakwazi ukuzilawula zonke izimo zakho , kodwa ungayilawula indlela ozisingatha ngayo . |
Do not be quick to assume that you are too insignificant to be noticed by Jehovah 's all - seeing eyes ! | Ungasheshi ucabange ukuthi awulutho ukuba ubonwe amehlo kaJehova abona yonke indawo ! |
Would you like to receive the true comfort that the Bible gives ? | Ungathanda yini ukuthola induduzo yangempela enikezwa iBhayibheli ? |
What lesson would you say we can learn from the example of Jeremiah ? - That sometimes we may find it hard to do what God says , but we should always trust in and obey him . | Ungathi isiphi isifundo esisifunda esibonelweni sikaJeremiya ? - Esokuthi ngezinye izikhathi singase sikuthole kunzima ukwenza lokho uNkulunkulu akushoyo , kodwa kufanele simethembe futhi simlalele ngaso sonke isikhathi . |
Do not let such matters concern you , for Jehovah will see to the lasting happiness of those forever faithful to him . | Ungavumeli ukuba izindaba ezinjalo zikukhathaze , ngoba uJehova uyoqiniseka ukuthi injabulo ehlala njalo yalabo abathembeka kuye kuze kube phakade iyalondolozwa . |
Leave the blisters alone ; do not scratch them or cover them with bandages . | Ungawathinti amashashazi ; ungawanwayi noma uwavale ngamabhandishi . |
How could you show kindness to servants of Jehovah today ? | Ungawubonisa kanjani umusa ezikhonzini zikaJehova namuhla ? |
You can see part of the outcropping on page 16 . | Ungayibona ingxenye yamadwala avelayo ekhasini 16 . |
Don 't drop the matter and just hope for the best . | Ungayishalazeli le ndaba ngethemba lokuthi kuzolunga . |
You Can Find Comfort in Times of Distress | Ungayithola Induduzo Ezikhathini Zokucindezeleka |
Can You Tell ? | Ungazi Kanjani ? |
Do not be afraid or be terrified . " - Deut . | Ungesabi noma wethuke . " - Dut . |
Do not be afraid to speak up . | Ungesabi ukukhuluma . |
Who is Satan the Devil ? | Ungubani uSathane uDeveli ? |
To Give or Not to Give | Unikele Noma Unganikeli ? |
The mother , who spoke English , came over . | Unina , owayekwazi ukukhuluma isiNgisi , weza . |
His mother answered , " Not so ; but he will be called John . " | Unina wayesephendula ethi : " Qhabo , uzakuthiwa uJohane . " |
The secretary will no doubt ask you for contact information from your previous congregation so that he can obtain your Congregation 's Publisher Record card ( s ) . | Unobhala uzocela ukuba umnike imininingwane yebandla ovela kulo ukuze athole ikhadi le - Rekhodi Lommezeli Lebandla . |
In trying to maintain a standard of living , consumers , he feels , will go into debt rather than cut consumption . | Unomuzwa wokuthi , ngenxa yokuzama ukulondoloza izinga lokuphila , abathengi bangena ezikweletini kakhulu kunokunciphisa ukuthenga . |
The year 1989 , now drawing to a close , has also been full of peace talk . | Unyaka ka - 1989 , manje ofinyelela ekupheleni , nawo uye waba unyaka ogcwele izinkulumo zokuthula . |
Before the Sanhedrin , Then to Pilate | Uphambi KweSanhedrin , Kamuva Uyiswa KuPilatu |
He is exhausted , " dried up like mere vegetation , " and he feels lonely , " like a bird isolated upon a roof . " | Uphele amandla , ' womile njengezimila , ' futhi uzizwa enesizungu " njengenyoni engayodwa phezu kophahla . " |
You have just moved into what appears to be a sturdy and attractive new brick home . | Usanda kuthuthela endlini entsha ebonakala yakhiwe ngezitini eziqinile futhi ekhangayo . |
My mother and my stepfather were hostile toward Jehovah 's Witnesses . | Usingababa nomama babengabafuni oFakazi BakaJehova . |
Calamity can befall both the righteous and the wicked . | Usizi lungehlela kokubili abalungile nababi . |
A businessman named Simon was also interviewed on the radio program mentioned above . | Usomabhizinisi okuthiwa uSimon naye kwaxoxwa naye ohlelweni lomsakazo olushiwo ngenhla . |
Jehovah 's love , along with his other dominant attributes of justice , wisdom , and power , guarantees that in due time he can and will remove all the effects of sin and death . - Revelation 21 : 3 - 5 . | Uthando lukaJehova , kuhlanganise nezinye izimfanelo zakhe ezivelele ezinjengobulungisa , ukuhlakanipha namandla , kusinika isiqinisekiso sokuthi ngesikhathi esifanele angayiqeda yonke imiphumela yesono nokufa , futhi uzoyiqeda . - IsAmbulo 21 : 3 - 5 . |
Christlike love is like a diamond with beautiful facets to suit each occasion or need . | Uthando olunjengolukaKristu lunjengedayimane elinezinhlangothi ezinhle ezifanela isenzakalo ngasinye noma isidingo . |
He takes a cup of wine , again offers thanks , and says : " Drink out of it , all of you . " | Uthatha indebe yewayini , aphinde abonge futhi athi : " Phuzani kuyo , nonke . " |
She related , " He took 15 minutes with me to discuss my spiritual goals . " | Uthi , " Saxoxa ngemigomo yami engokomoya imizuzu engu - 15 . " |
" Whenever I went online , it really was like getting high on a drug , " he says . | Uthi , " Uma nje ngingena kuyi - Internet kwakuba sengathi sengithole isidakamizwa esithile . " |
She says : " My parents taught us Bible truth from our infancy . | Uthi : " Abazali bethu basifundisa iqiniso leBhayibheli kusukela siseyizinsana . |
" I considered the school my special territory , " he says . | Uthi : " Isikole ngangisibheka njengensimu yami ekhethekile . |
" It can help you grow to love and treasure the beautiful person behind the illness , " she says . | Uthi : " Kungakusiza ukuba umthande futhi umazise lowo muntu omuhle ogulayo . " |
" It makes me feel ugly and self - conscious , " she says , " because when people look at me , I think that 's what they are looking at ! " | Uthi : " Zingenza ngizizwe ngimubi futhi ngizinyeze , ngoba uma abantu bengibuka , ngisuke ngicabange ukuthi babuka zona ! " |
She says that angels are " under instruction now to make themselves known so that more and more people can be touched . | Uthi izingelosi " manje zinikezwé umyalo wokuba zizenze zaziwe ukuze kufinyelelwe abantu abaningi ngokwengeziwe . |
They saw themselves , she says , in the role of " destroying angels falling on the children of the devil . " | Uthi lalizibona lifeza indima " yezingelosi ezibhubhisayo ezihlasela abantwana bakadeveli . " |
The needle will swing toward the magnet instead of pointing north . | Uthi luya ngakuzibuthe kunokuba lukhombe enyakatho . |
You are visiting a paradise of a different kind . | Uvakashele ipharadesi elihlukile . |
He strikes a note heard consistently through the Greek Scriptures when he says : " The end of all things has drawn close . " | Uveza iphuzu elizwakala kaningi kuyo yonke imiBhalo yesiGreki lapho ethi : " Ukuphela kwezinto zonke sekusondele . " |
Jewish Outrage Provoked | Uvusa Ulaka LwamaJuda |
He reports : " I took the little scroll out of the hand of the angel and ate it up , and in my mouth it was sweet as honey ; but when I had eaten it up , my belly was made bitter . " | Uyabika : " Ngase ngiyithatha incwadi encane esandleni sengelosi , ngayidla ngayiqeda ; yayisiba - mnandi njengezinyosi emlonyeni wami ; nalapho sengiyidlile , yababa esiswini sami . " |
He takes note even when they think appreciatively about him . | Uyabona ngisho nalapho becabanga ngokwazisa ngaye . |
It is death dealing , " for if you live in accord with the flesh you are sure to die . " - Romans 8 : 13 . | Uyabulala , " ngokuba uma nihamba ngokwenyama , nizakufa . " - Roma 8 : 13 . |
He explains : " After six years in the military and three combat tours in Vietnam , I knew violence , anger , and frustration very well . | Uyachaza : " Ngemva kweminyaka eyisithupha ngiyisosha futhi sengijutshwe kwaze kwaba kathathu ukuyohlasela eVietnam , ngangibazi kahle ubudlova nentukuthelo kanye nokucindezeleka . |
Happy is the man whose " delight is in the law of Jehovah , " says the psalmist . | Uyajabula umuntu " okuthokoza kwakhe kusemthethweni kaJehova , " kusho umhubi . |
She recalls : " My mom and I did a lot of yelling at each other , but it didn 't do any good at all . | Uyakhumbula : " Mina nomama sasithethisana njalo , kodwa akusizanga ngalutho . |
Ken recalls : " I decided to spend more time with her one - on - one , discussing her thoughts , feelings , and frustrations . | Uyakhumbula : " Nganquma ukuchitha isikhathi esengeziwe nayo sisobabili , sixoxa ngezinto ezicabangayo , imizwa yayo nangezinto eziyikhungathekisayo . |
He clears this up in the very next verse by stating : " The Son cannot do a single thing of his own initiative , but only what he beholds the Father doing . " | Uyakucacisa lokhu evesini elilandelayo ( 19 ) ngokuthi : " INdodana ingenze - lutho ngokwayo , kuphela lokho ebona uYise ekwenza . " |
And you must dwell in the land of Goshen , and you must continue near me , you and your sons and the sons of your sons and your flocks and your herds and everything you have . And I will supply you with food there . ' " - Genesis 45 : 9 - 11 . | Uyakuhlala ezweni laseGosheni , ube - seduze nami , wena nabantabakho , nabantwana babantabakho , nezimvu zakho , nezinkomo zakho , nakho konke onakho , ngikondlele khona . " - Genesise 45 : 9 - 11 . |
He shall glorify me : for he shall receive of mine , and shall shew it unto you . | Uyakungikhazimulisa , ngokuba uyakuthatha kokwami anibikele khona . |
" The more tired I was , the harder it was to quit chatting or watching short videos - and not always wholesome ones , " he relates . | Uyalandisa : " Nakuba sengikhathele kakhulu , kwakuba nzima ukuyeka ukuxoxa nothile engosini yengevu noma ukubukela iziqeshana zama - video - ngesinye isikhathi ayesuke engamfanele umKristu . " |
She takes it and the leftover food back home to Naomi . | Uyalithatha kanye nokudla okusalile agoduke nako akuyise kuNawomi . |
He writes : " One man has faith to eat everything , but the man who is weak eats vegetables . " | Uyaloba : " Omunye umuntu unokholo lokuthi angadla zonke izinto , kodwa umuntu obuthakathaka udla imifino . " |
You relax and breathe a sigh of relief . | Uyaphumula bese uzwakalisa umuzwa wokukhululeka . |
Do you not sense the intimate relationship that David had with his heavenly Father ? | Uyaqaphela yini emazwini akhe ukuthi wayenobuhlobo obuseduze noYise wasezulwini ? |
" One day , " he continues , " I was walking along the street in the pouring rain thinking that I 'd walk until I dropped dead . | Uyaqhubeka : " Ngolunye usuku , ngangihamba emgwaqweni izulu lina ngicabanga ukuthi ngangizohamba ngize ngiqumbeke phansi ngife . |
He promises : " My word that goes forth from my mouth . . . will not return to me without results , but it will certainly do that in which I have delighted . " | Uyathembisa : " Izwi lami eliphuma emlonyeni wami : aliyikubuyela - ze kimi , lingakafezi lokhu engikufunayo . " |
Do you try to look at things as Jehovah does ? | Uyazama yini ukubheka izinto njengoJehova ? |
Do you know what that was ? - It was the loss of God 's favor , the loss of his love . | Uyazi ukuthi kuyini lokho ? - UNkulunkulu akabange esamthanda . |
He knows that each of his anointed servants can remain faithful and receive the wonderful reward ! | Uyazi ukuthi ngamunye wezinceku zakhe ezigcotshiwe angahlala ethembekile futhi athole umvuzo omuhle ! |
He has successfully owned and operated a business , getting around on his golf cart , in his wheelchair , and on crutches . | Uye waba nebhizinisi futhi waliqhuba ngokuphumelelayo , ehamba ngenqola yakhe yohlobo lwasegalofini , isihlalo sakhe sabakhubazekile , nangezinduku . |
He has joined the ranks of Jehovah 's Witnesses and works at one of the printing facilities of the Watch Tower Society as a full - time minister . | Uye wahlanganyela noFakazi BakaJehova futhi usebenza kwesinye sezakhiwo zokunyathelisa zeWatch Tower Society njengesikhonzi sesikhathi esigcwele . |
She has even had the joy of attending the Pioneer Service School . | Uye wajabulela ngisho nokuya eSikoleni Senkonzo Yamaphayona . |
What is the Kingdom of God ? | Uyini uMbuso kaNkulunkulu ? |
Eradicate sin , the underlying cause of sickness and death . - John 1 : 29 ; Romans 5 : 12 . | Uyoqeda isono , imbangela eyinhloko yokugula nokufa . - Johane 1 : 29 ; Roma 5 : 12 . |
What , then , will be left for spiritual activities ? | Uzosithathaphi - ke isikhathi namandla okwenza imisebenzi engokomoya ? |
Empathy will help us to communicate the truth to our listeners according to their way of thinking and feeling . | Uzwela luyosisiza ukuba sixhumane nezilaleli zethu ngeqiniso ngokuvumelana nendlela yazo yokucabanga nokuzwela . |
Close the current archive | Vala ingobo yomlando yakamuva |
Vine 's Expository Dictionary of New Testament Words , Volume 1 , page 198 , under " Clothing . " | Vine , Umqulu 1 , ikhasi 198 , ngaphansi kwesithi " Clothing . " |
Let God 's Word guide you . | Vumela iZwi likaNkulunkulu likuqondise . |
She showed them the many bruises on her body where her father had just beaten her . | Wababonisa imivimbo eminingi emzimbeni wakhe lapho uyise ayesanda kumshaya khona . |
He then growled to the guards : " He wants to kill himself . | Wabe esebhavumula ethi konogada : " Ufuna ukuzibulala . |
He put friendship with Jehovah ahead of everything - even family ties . | Wabeka ubungane noJehova ngaphambi kwakho konke okunye - ngisho nangaphambi kwezibopho zomkhaya . |
He wrote : " Look ! | Wabhala : " Bheka ! |
He wrote : " The form of worship that is clean and undefiled from the standpoint of our God and Father is this : to look after orphans and widows in their tribulation , and to keep oneself without spot from the world . " | Wabhala : " Indlela yokukhulekela ehlanzekile nengangcolile ngokombono kaNkulunkulu noBaba wethu yile : ukunakekela izintandane nabafelokazi osizini lwabo , nokuba umuntu azigcine engenalo ibala ezweni . " |
He wrote : " For example , we say , ' Open the shutters , and let the sun come into the room . ' | Wabhala : " Ngokwesibonelo , sithi , ' Vula amafasitela , ilanga lingene endlini . ' |
He showed that even as the ungodly perished in the Flood , so the symbolic earth , or wicked human society , will be destroyed during " Jehovah 's day . " | Wabonisa ukuthi njengoba nje abangamhloniphi uNkulunkulu babhubha ngeSikhukhula , ngokufanayo umhlaba ongokomfanekiso , noma umphakathi wesintu omubi , uyobhujiswa ' ngosuku lukaJehova . ' |
He ridiculed David as inconsequential and compared him to a runaway servant . | Wadelela uDavide wathi wayengelutho , wamfanisa nenceku eyeqile . |
When the church changed and abandoned practices that she had been taught were important , she became confused . | Wadideka lapho isonto selishintsha lilahla izinkambiso ayefundiswe ukuthi zibalulekile . |
He died as a man and was raised as an immortal spirit Son . | Wafa njengomuntu futhi wavuswa njengeNdodana yomoya engenakufa . |
She wanted to know who came first , Moses , Noah , David , and so forth . | Wafuna ukwazi ukuthi ubani oza kuqala , uMose , uNowa , uDavide , njalonjalo . |
He taught at the University of Padua and later lived and worked in Florence . | Wafundisa eNyuvesi yasePadua , kamuva wahlala futhi wasebenza eFlorence . |
He charged Arias Montano with the huge task of editing what came to be called the Royal Bible , or the Antwerp Polyglot . | Wagixabeza u - Arias Montano ngomsebenzi omkhulu wokuhlola futhi alungise iBhayibheli kamuva elabizwa ngokuthi iRoyal Bible , noma i - Antwerp Polyglot . |
It failed to make headway , and eventually the two great powers further polarized their opposing camps . | Wahluleka ukwenza inqubekela phambili , futhi ekugcineni imibuso emibili enamandla yenza amakamu ayo amelene aba nobutha ngokwengeziwe . |
She was happy to know that I had finally found reliable answers . | Wajabula ngokuthi ekugcineni ngangithole izimpendulo ezinokwethenjelwa . |
Have you seen pictures or displays showing three " wise men " visiting the baby Jesus along with the shepherds ? - At Christmastime such scenes are common . | Wake wazibona izithombe noma imidwebo ebonisa " izazi " ezintathu zivakashela usana olunguJesu zikanye nabelusi ? - Izinto ezinjalo zivame ukubonakala ngesikhathi sikaKhisimusi . |
He preferred his own ways and his own lying principles . | Wakhetha ezakhe izindlela nezimiso zamanga . |
She served for 12 years as a faithful missionary in Spanish territory , including Mexico and El Salvador . | Wakhonza iminyaka eyi - 12 njengesithunywa sevangeli esithembekile ensimini yeSipanishi , kuhlanganise iMexico ne - El Salvador . |
He freed the Israelites from Egyptian bondage and enabled them to occupy the land of Canaan . | Wakhulula ama - Israyeli ebugqilini baseGibithe futhi wawenza akwazi ukuhlala ezweni laseKhanani . |
Wallen spoke on the subject " A People for His Name . " | Wallen wakhuluma ngesihloko esithi " Abantu Begama Lakhe . " |
He smoothed over strained relations and laid the basis for peace and unity in the congregation . | Walungisa ukungezwani , wabeka isisekelo sokuthula nobunye ebandleni . |
He recognized me and smiled but said nothing . | Wangibona , wamoyizela kodwa akangasho lutho . |
She showed me the book Creation , in Polish . | Wangibonisa incwadi yesiPolish ethi Creation . |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.