eng stringlengths 1 657 | zul stringlengths 1 788 |
|---|---|
14 , 15 . ( a ) In what way are all of God 's people " righteous " ? | 14 , 15 . ( a ) Kungamuphi umqondo bonke abantu bakaNkulunkulu " belungile " ? |
14 From Egypt to Cities Around the World | 14 Kusuka EGibhithe Kuya Emadolobheni Omhlaba Wonke |
14 Thursday evening Passover celebration ; Jesus washes 113 , | 14 NgoLwesine Kugujwa umkhosi wePhasika ; 113 , isig . |
15 - 17 . ( a ) On what did Job 38 : 8 - 11 focus , leading to what questions ? | 15 - 17 . ( a ) Yini uJobe 38 : 8 - 11 agxila kuyo , okuholela kumiphi imibuzo ? |
16 , 17 . ( a ) Where can you find some of Jesus ' key teachings ? | 16 , 17 . ( a ) Ungazitholaphi ezinye zezimfundiso zikaJesu eziyinhloko ? |
16 A Closer Look at Today 's Zoos | 16 Ukubhekisisa Ama - zoo Anamuhla |
18 , 19 . ( a ) Why is obedience vital in our day ? | 18 , 19 . ( a ) Kungani ukulalela kubaluleke kakhulu namuhla ? |
18 Seek Something Much Better Than Gold | 18 Funa Okungcono Kakhulu Kunegolide |
18 " The Word of Our God Endures Forever " | 18 IZwi LikaNkulunkulu Wethu Liyokuma Phakade |
18 Do the Stars Influence Your Life ? | 18 Ingabe Ukuphila Kwakho Kulawulwa Yizinkanyezi ? |
19 , 20 . ( a ) Why was obedience on the part of Israel vitally important when they were at the Red Sea ? | 19 , 20 . ( a ) Kungani kwakubalulekile ukuba ama - Israyeli alalele lapho esoLwandle Olubomvu ? |
19 , 20 . ( a ) Why can we be sure that Jehovah will never leave us ? | 19 , 20 . ( a ) Kungani singaqiniseka ukuthi uJehova akasoze asishiya ? |
19 , 20 . ( a ) According to James 1 : 26 , 27 , what does clean worship require of us ? | 19 , 20 . ( a ) NgokukaJakobe 1 : 26 , 27 , ukukhulekela okuhlanzekile kudinga ukuba senzeni ? |
1931 : " A New Name " - henceforth the name Jehovah 's Witnesses would set true Christians apart from apostate Christendom | 1931 : " Igama Elisha " - kusukela lapho kuye phambili igama elithi oFakazi BakaJehova laliyohlukanisa amaKristu eqiniso kwelobukholwa elihlubukayo |
Sharing the Comfort That Jehovah Provides , 11 / 1 | 2 / 15 |
20 BE FLEXIBLE . | 20 VUMELANA NEZIMO . |
24 : 45 - 47 ; Acts 1 : 8 . | 24 : 45 - 47 ; IzE . 1 : 8 . |
24 Teach Your Children - Rebekah Was Willing to Please Jehovah | 24 Fundisa Izingane Zakho - URebheka Wayezimisele Ukujabulisa UJehova |
26 Trust in Jehovah - He Will Really Help You | 26 Thembela KuJehova - Uzokusiza Ngempela |
3 Appreciating Jehovah as Our Potter | 3 Ukwazisa UJehova NjengoMbumbi Wethu |
3 Let Contrasts Help You | 3 Vumela Ukuqhathanisa Kukusize |
32 A Well - Planned Campaign Bears Fruit | 32 Umkhankaso Ohlelwe Kahle Uthela Izithelo |
4 What Is Happening to the Churches ? | 4 Kwenzekani Emasontweni ? |
50 : 2 - Why is Jerusalem called " the perfection of prettiness " ? | 50 : 2 - Kungani iJerusalema libizwa ngokuthi " ukuphelela kobuhle " ? |
6 , 7 . ( a ) What vision did Ezekiel receive , and what did it mean ? | 6 , 7 . ( a ) Imuphi umbono owanikezwa uHezekeli , futhi wawusho ukuthini ? |
6 Accurate Science | 6 Linembile Ngokwesayensi |
7 , 8 . ( a ) Why is the idea that the other sheep are Gentile Christians built on a wrong premise ? | 7 , 8 . ( a ) Kungani umqondo wokuthi ezinye izimvu zingamaKristu abeZizwe wakhelwe esisekelweni esiyiphutha ? |
7 , 8 . ( a ) Setting what short - term goals will help you to strengthen your faith ? | 7 , 8 . ( a ) Ukuzibekela miphi imigomo yesikhathi esifushane okuyokusiza ekuqiniseni ukholo lwakho ? |
7 , 8 . ( a ) What is involved in avoiding false teachers ? | 7 , 8 . ( a ) Yini ehilelekile ekugwemeni abafundisi bamanga ? |
9 , 10 . ( a ) What arrangements have been made to train Kingdom proclaimers ? | 9 , 10 . ( a ) Imaphi amalungiselelo aye enziwa okuqeqesha abamemezeli boMbuso ? |
9 ANOTHER BIT OF EVIDENCE | 9 OBUNYE UBUFAKAZI |
MORE and more people in Israel as elsewhere are seeing the futility of man 's efforts to bring lasting peace and provide a hope for the future . | ABANTU abengeziwe baseIsrael njenganomaphi bayabubona ubuze bemizamo yomuntu yokuletha ukuthula okuhlala njalo nokunikeza ithemba lekusasa . |
SOME experts say that women are more likely to be killed by their male partners than by all other types of perpetrators combined . | ABANYE ochwepheshe bathi abesifazane basengozini enkulu yokubulawa abayeni babo kunayinoma yibaphi abanye abahlaseli behlangene . |
PETALS | AMACEMBE |
SECTS OF JUDAISM ARE INFECTED : The historian Josephus ( 37 - c . 100 C.E . ) reported that the Essenes , a Jewish sect , believed that " the souls are immortal , and continue forever . " | AMAHLELO OBUJUDA ONAKALISIWE : Isazi - mlando uJosephus ( esaphila cishe ngo - 37 - 100 C.E . ) sabika ukuthi ama - Essene , ihlelo lamaJuda , ayekholelwa ukuthi " imiphefumulo ayifi , futhi iphila phakade . " |
THE police put Mother , Father , my brother Pavel , and me in different rooms , stationed a guard with each of us , and started searching everything . | AMAPHOYISA asifaka emakamelweni ahlukene , mina , umama , ubaba , nomfowethu uPavel , ngamunye wethu wagadwa unogada , abe eseqala ukuphequlula yonke into . |
To outsiders Christianity was referred to as " The Way . " | Ababengewona amaKristu ngalesosikhathi babebiza ubuKristu ngokuthi ' iNdlela . ' |
The elders should offer specific counsel to such men so that they will know how to direct their efforts . | Abadala kufanele banikeze amadoda anjalo iseluleko esiqondile ukuze azi ukuthi kufanele asebenzele kuphi . |
Sellers , both honest and dishonest , know that before you can sell a product , you have to sell yourself . | Abadayisi , abathembekile nabangamaqili , bayazi ukuthi ngaphambi kokuba udayise umkhiqizo othile , kufanele uzenze uthenjwe . |
Players can take credit for bringing in the fans to support the teams . | Abadlali bangaheha abalandeli ukuba basekele amaqembu . |
Young boys also have a number of problems to deal with as their reproductive system matures . | Abafana abasebancane nabo banezinkinga eziningana okumelwe babhekane nazo njengoba isimiso sabo sokuzala sivuthwa . |
Showing Christian Love to Elderly , 8 / 1 | Abafileyo Bangasibona ? 11 / 15 |
The rest of the dead didn 't live until the thousand years were finished . This is the first resurrection . | Abafileyo ababesele kabaphila yaze yaphela iminyaka eyinkulungwane . Lokhu kungukuvuka kokuqala . |
Truth seekers want factual answers to such important questions . | Abafuna iqiniso bafuna izimpendulo eziyiqiniso emibuzweni ebaluleké njengale . |
His readers no doubt found it easier to accept his advice when they saw from his greeting that they had the same standing before God . | Abafunda incwadi yakhe akungabazeki ukuthi bakuthola kulula ukwamukela isiyalo sakhe lapho bebona ekubingeleleni kwakhe ukuthi babenokuma okufanayo phambi kukaNkulunkulu . |
The graduating students were very happy to have relatives , close friends , and guests in attendance . | Abafundi ababethweswa iziqu bakujabulela kakhulu ukuba nezihlobo , abangane abaseduze kanye nababemenyiwe . |
Happy readers of the book of Revelation can only thrill with joy as they read the closing chapters that describe our glorious hope - a new heaven and a new earth , that is , a righteous heavenly Kingdom government ruling over a new , cleansed human society , all to the praise of " Jehovah God the Almighty . " | Abafundi abajabulayo bencwadi yesAmbulo bathola injabulo enkulu njengoba befunda izahluko zokugcina ezichaza ithemba lethu elikhazimulayo - izulu elisha nomhlaba omusha , okungukuthi , uhulumeni onguMbuso wasezulwini olungile obusa umphakathi wabantu omusha nohlanziwe , kube udumo ' kuJehova uNkulunkulu uMninimandla on... |
Many students agree . | Abafundi abaningi bayavumelana nalokhu . |
The students were encouraged not to be concerned about occupying a position , receiving recognition from men , or using a theocratic assignment for personal gain . | Abafundi bakhuthazwa ukuba bangazihluphi ngokuthola isikhundla , ukuqashelwa abantu , noma basebenzise isabelo esingokwasezulwini ukuze bazizuzise bona . |
God 's anointed ones on earth represented that city . | Abagcotshiwe bakaNkulunkulu emhlabeni babemelela lowo muzi . |
The religious leaders now try to find witnesses to fabricate a case against Jesus . | Abaholi benkolo manje bazama ukuthola ofakazi ukuze bakhe icala abangambeka lona uJesu . |
The Rudniks and their home in Chernobyl | AbakwaRudnik nomuzi wabo eChernobyl |
Jesus ' followers today , including an army of over one million full - time ministers , apply Paul 's counsel to the extent that their circumstances allow . | Abalandeli bakaJesu namuhla , kuhlanganise nebutho labangaphezu kuka - 1 000 000 labasenkonzweni yesikhathi esigcwele , baphila ngalesi seluleko sikaPawulu , kuye ngokwezimo zabo . |
His followers came to imitate their Master , learning to love one another in a way that drew widespread attention and admiration . | Abalandeli bakhe balingisa iNkosi yabo , bafunda ukuthandana ngendlela eyakhanga futhi yahlonishwa abantu abaningi . |
Those who know Jehovah realize that a last - minute display of zeal will not impress him . | Abamaziyo uJehova bayazi ukuthi akukho ntshiseko yomzuzu wokugcina eyomhlaba umxhwele . |
Especially vulnerable are the children of divorce . | Abangavikelekile ikakhulukazi izingane zesehlukaniso . |
For many of them , it was the first time to meet fellow Witnesses from other lands . | Abaningi , babeqala ngqá ukuhlangana noFakazi abakanye nabo bakwamanye amazwe . |
Many who thirsted for Bible truth fled to countries where the influence of the church was less pervasive . | Abaningi ababomele iqiniso leBhayibheli babalekela emazweni imfundiso yesonto eyayingasabalele kuwo . |
Many had taken foreign wives , and their offspring did not even speak the language of the Jews . | Abaningi babethathe abafazi bezinye izizwe futhi izingane zabo zingalukhulumi nolimi lwamaJuda . |
Many of them are making fine progress because they are willing to put forth the effort to overcome the obstacles in their way . | Abaningi babo bathuthuka kahle ngoba bazimisele ukwenza umzamo wokunqoba izithiyo ezibavimbelayo . |
Many of those who have turned to Jehovah through Christ Jesus were found from house to house . | Abaningi balabo abaye baphendukela kuJehova ngoKristu Jesu batholakala endlini ngendlu . |
Many also lost their lives . | Abaningi balahlekelwa nawukuphila kwabo . |
Many attach deep religious significance to the cross , for , as one youth simply said , " It 's sacred . " | Abaningi banamathela ekubalulekeni kwesiphambano okungokwenkolo , ngoba , njengoba omunye omusha asho , " Singcwele . " |
Many even doubt the existence of God , let alone fear him . | Abaningi bangabaza ngisho nobukhona bukaNkulunkulu , akusaphathwa ukumesaba . |
Most do so as a result of homosexual activities . | Abaningi bayithola njengomphumela wemikhuba yobungqingili . |
Many accepted copies of the Bible literature . | Abaningi bazamukela izincwadi zeBhayibheli . |
Many wondered if this would lead to more . | Abaningi bazibuza ukuthi kukhona yini okwakusazolandela . |
Many of those who listened to Jesus were from the disadvantaged , lowly class of Jews . | Abaningi ezilalelini zikaJesu babengamaJuda azihluphekelayo , aphansi . |
Many now fear that the danger of addiction is very real . | Abaningi manje bayesaba ukuthi ingozi yokuba umlutha isingokoqobo ngempela . |
To the peaceable who are pure in heart , the promise is made that they " will be called ' sons of God ' " and " will see God . " | Abanokuthula abahlanzekile enhliziyweni bathenjiswa ukuthi " bayobizwa ngokuthi ' amadodana kaNkulunkulu ' " nokuthi " bayobona uNkulunkulu . " |
People who are | Abantu |
Individuals " abandoned " to destruction with the wicked will include those once enlightened but who get swallowed up in a selfish way of life . | Abantu ' abayoshiywa ' ukuze babhujiswe nababi bayohlanganisa nalabo abake bakhanyiselwa kodwa abathathwa indlela yokuphila yobugovu . |
People , goods , and news began to travel much faster as a network of roads and railroads emerged . | Abantu , impahla nezindaba kwaqala ukuhamba ngokushesha okukhulu lapho kuvela inxanxathela yemigwaqo nojantshi bezitimela . |
Alcohol Deaths in Japan | Abantu Ababulawa Utshwala EJapane |
Extraterrestrials - Where Are They ? | Abantu Abahlala Kwamanye Amaplanethi - Bakuphi ? |
People with oily hair should shampoo more often than those with normal or dry hair . | Abantu abanezinwele ezinamafutha kufanele bazigeze kaningi kunalabo abanezinwele ezivamile noma ezomile . |
People who are ungodly and unrighteous are " inexcusable , " for God 's invisible qualities are made evident in creation . | Abantu abangamesabi uNkulunkulu nabangalungile " abanazaba , " ngoba izimfanelo zikaNkulunkulu ezingabonakali zenziwe zaba sobala endalweni . |
Many older people living in Tasmania 's country areas say they would not report a Tasmanian tiger if they saw one . | Abantu abaningi asebekhulile abahlala emaphandleni aseTasmania bathi ngeke balibike ihlosi laseTasmania uma belibona . |
Many people regard giving and receiving bribes as normal practice . | Abantu abaningi babheka ukufumbathisa nokufunjathiswa njengento eyamukelekayo . |
How do most people view freedom , but what else needs to be considered ? | Abantu abaningi bayibheka kanjani inkululeko , kodwa yini enye okudingeka ukuba icatshangelwe ? |
Sincere people are often dismayed by the evils practiced in the name of religion . | Abantu abaqotho ngokuvamile buyabadumaza ububi obenziwa ngenxa yenkolo . |
Hope in the promised Seed of the woman lived on in the hearts of faithful humans after Jehovah performed a great deed by preserving Noah and his family through the global Deluge that wiped out a wicked world . | Abantu abathembekile baqhubeka benethemba ngeNzalo ethenjisiwe yowesifazane ngemva kokuba uJehova enze isenzo esikhulu ngokulondoloza uNowa nomkhaya wakhe eSikhukhuleni sembulunga yonke esacoboshisa izwe elibi . |
Visitors to Rome may observe that many of the city 's most famous squares are adorned by their presence . | Abantu abavakashela eRoma bangabona ukuthi iningi lezigcawu zaleli dolobha ezidumile zigcwele wona . |
People want help . | Abantu bafuna usizo . |
The ministry of John the Baptizer has heightened the sense of expectation . | Abantu balolwe nayinkonzo kaJohane uMbhapathizi . |
Humans stick to their familiar staples - rice , maize , and wheat - ignoring thousands of other nutritious plants found in nature . | Abantu banamathela ekudleni kwabo abakujwayele - irayisi , ummbila , nokolweni - bezishaya indiva ezinye izitshalo zemvelo eziningi ezinomsoco . |
People react differently to such a loss , so there is no single formula for offering comfort and help . | Abantu basabela ngezindlela ezingafani lapho beshonelwe ngale ndlela , ngakho ayikho indlela eyodwa yokududuza nokusiza . |
People of the nations " walk in the unprofitableness of their minds , " as the apostle Paul said . | Abantu bezizwe ' bahamba ebuzeni bengqondo yabo , ' njengoba kwasho umphostoli uPawulu . |
People today still hunger for answers to the basic questions that have haunted mankind for millenniums : Why are we here ? | Abantu namuhla basafuna izimpendulo zemibuzo eyisisekelo osekuyizinkulungwane zeminyaka ikhathaza isintu : Kungani silapha ? |
The children of your chosen sister greet you . Amen . | Abantwana bakadadewenu okhethiweyo bayakhonza kuwe . |
Some researchers even report that coffee is healthful . | Abanye abacwaningi babika ngisho nokuthi ikhofi linempilo . |
Some boys even beat me when the teachers were not looking . | Abanye abafana babengishaya nokungishaya lapho othisha bengasibhekile . |
Some religious leaders do preach for money , whether it be payment for religious services or promoting commercial enterprises on their TV ministries . | Abanye abaholi benkolo bashumayela ngenxa yemali , kungaba inkokhelo yezinkonzo zenkolo noma ukuthuthukisa izinhlangano zezentengiselwano ngezintshumayelo zabo ku - TV . |
Some persons like this repented and were reinstated . | Abanye abantu abanjena baphenduka futhi babuyiselwa . |
The other telephone operators died along with some 21,000 other victims in a torrent of volcanic mud , ice , and boulders that roared down from the volcano Nevado del Ruiz . | Abanye abasebenza ngezingcingo bafa kanye nezinye izisulu eziyizi - 21 000 esikhukhuleni sodaka lwentaba - mlilo , iqhwa , nezimbokodwe zamatshe okwakuhlokoma kwehla kuvela entaba - mlilo iNevado del Ruiz . |
Others disagree . | Abanye abavumi . |
Others believe in rebirth as a different life - form . | Abanye bakholelwa ekuzalweni kabusha sebeyisidalwa esihlukile . |
Some believe the real figure to be close to half a million ! | Abanye bakholelwa ukuthi inani labo langempela licishe libe yingxenye yesigidi ! |
It is believed by some that global warming may be affecting the Greenland and Antarctic ice sheets . | Abanye bakholelwa ukuthi ukufudumala kwembulunga yonke kungenzeka kuthinta izinguzunga zeqhwa zaseGreenland nase - Antarctica . |
Other people might be moved by examples showing that the Bible contains accurate prophecies and accurate history . | Abanye bangase bathintwe yizibonelo ezibonisa ukuthi iBhayibheli lineziprofetho ezinembile futhi linembile ngokomlando . |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.